Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 9:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwakukhona endlini kaSawule inceku egama layo linguSiba; bambizela kuDavide; inkosi yathi kuye: “UnguSiba na?” Wathi: “Inceku yakho inguye.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kwakukhona endlini kaSawule inceku egama layo linguZiba; bambiza ukuba aye kuDavide. Inkosi yathi kuye: “UnguZiba yini na?” Wathi: “Inceku yakho inguye.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwakukhona endlini kaSawule inceku egama layo linguSiba; Lapho bembizela kuDavida, inkosi yathi kuye: Wena unguSiba yini? Wathi: “Le yinceku yakho.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 9:2
7 Referans Kwoze  

Kweza naye abantu abayinkulungwane bakwaBenjamini, noSiba inceku yendlu kaSawule, namadodana akhe ayishumi nanhlanu, nezinceku zakhe ezingamashumi amabili zinaye; bawela iJordani phambi kwenkosi.


Yashiya konke okwayo esandleni sikaJosefa; yayingazi lutho olwayo, ukudla eyakudlayo kuphela. UJosefa wayengumgembeleza, eyigeza.


Wayesethi u-Abrahama encekwini enkulu yendlu yakhe eyayibusa konke anakho: “Beka isandla sakho phansi kwethanga lami.


Kwawela isikebhe sokuwelisa abendlu yenkosi nokwenza okwakukuhle emehlweni ayo. UShimeyi indodana kaGera wawela phansi phambi kwenkosi isiyakuliwela iJordani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite