Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 9:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UMefibosheti wayesehlala eJerusalema, ngokuba wadla njalo etafuleni lenkosi; wayelunyonga ngezinyawo zakhe zombili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UMefibhoshethi wayesehlala eJerusalema, edla njalo etafuleni lenkosi; wayenezinyawo ezikhubazekile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UMefibosheti wayehlala eJerusalema, ngokuba wayedla njalo etafuleni lenkosi; wayelunyonga ezinyaweni zakhe zombili.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 9:13
7 Referans Kwoze  

UDavide wayesethi kuye: “Ungesabi, ngokuba impela ngiyakukwenzela umusa ngenxa kaJonathani uyihlo, ngikubuyisele lonke izwe likayihlo uSawule, udle njalo etafuleni lami.”


Inkosi yayisithi: “Akusekho endlini kaSawule noyedwa engingamenzela umusa kaNkulunkulu na?” USiba wathi enkosini: “UJonathani usenendodana elunyonga ngezinyawo.”


UMefibosheti wayenendodana encane egama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaSiba babe yizinceku zikaMefibosheti.


Waguqula izingubo zakhe zasetilongweni; wadla njalo phambi kwakhe zonke izinsuku zokuhamba kwakhe.


UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.


Ihlebile inceku yakho enkosini yami, inkosi, kepha inkosi yami, inkosi, injengengelosi kaNkulunkulu; ngalokho yenza okuhle emehlweni akho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite