Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 7:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “UDavide angenezela ngokuthini kuwe na? Wena uyayazi inceku yakho, Nkosi Jehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 “UDavide angabuye athini kuwe na? Wena uyayazi inceku yakho, Nkosi Simakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Futhi uDavida angakutshoni kuwe? ngoba wena Nkosi Jehova uyayazi inceku yakho.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 7:20
9 Referans Kwoze  

Wathi kuye ngokwesithathu: “Simoni kaJona, uyangithanda na?” UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: “Uyangithanda na?” Wathi kuye: “Nkosi, wazi konke wena, uyazi ukuthi ngiyakuthanda.” UJesu wathi kuye: “Yipha izimvu zami.


Kepha uJehova wathi kuSamuweli: “Ungabheki isimo sakhe nobude bomzimba wakhe, ngokuba ngimalile, lokhu uJehova engabukisi okomuntu; umuntu ubheka okusemehlweni, kepha uJehova ubheka okusenhliziyweni.”


Jehova, uyangihlolisisa, uyangazi.


ngiyakubulala abantwana bakhe ngokufa; amabandla onke ayakwazi ukuthi nginguye ophenya izinso nezinhliziyo, futhi ngiyakumnika yilowo nalowo wenu ngokwemisebenzi yakhe.


futhi akukho nto edaliweyo engabonakali phambi kwakhe, kepha konke kwambuliwe kusobala emehlweni akhe esiyakuzilanda kuye.


nangokuba engaswele nobani amfakazele ngomuntu; wayekwazi yena okuphakathi komuntu.


Ngokuba ngimkhethele ukuba ayale abantwana bakhe nendlu yakhe emva kwakhe ukugcina indlela kaJehova nokusebenza ukulunga nokwahlulela, ukuze uJehova amenzele u-Abrahama lokho amthembise khona.”


Yathi: “Qha, ngifikile njengesikhulu sebandla likaJehova.” UJoshuwa wayesewa ngobuso emhlabathini, wakhuleka, wathi kuyo: “Ithini inkosi yami encekwini yayo na?”


“UDavide angenezela ngokuthini kuwe ngodumo inceku yakho elwenzelweyo na? Wena uyayazi inceku yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite