Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 7:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Lokho kwakuyinto encane nje nokho emehlweni akho, Nkosi Jehova, kepha ukhulumile futhi ngendlu yenceku yakho isekude, ukukhulume futhi ngendlela yabantu, Nkosi Jehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Lokho kwakuyinto encane nje nokho emehlweni akho, Nkosi Simakade, kepha ukhulumile nangendlu yenceku yakho isekude, ngabe iyona ndlela le, Nkosi Simakade, ophatha ngayo abantu na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kwakusekuncane emehlweni akho, Nkosi Jehova; kodwa wakhuluma okwesikhathi eside ngendlu yenceku yakho. Futhi le yindlela yomuntu, Nkosi Jehova?

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 7:19
12 Referans Kwoze  

Lokho kwakuyinto encane emehlweni akho, Nkulunkulu; usukhulumile ngendlu yenceku yakho isekude, wangibuka kungathi ngingumuntu ophakemeyo, Jehova Nkulunkulu.


Ububele bakho, Nkulunkulu, buyigugu elingaka; abantwana babantu bakhosela ethunzini lamaphiko akho.


kuze kuthi ezikhathini ezizayo abonakalise ingcebo enkulu yomusa wakhe ngobubele kithina kuKristu Jesu.


ngakunika indlu yenkosi yakho, nabafazi benkosi yakho esifubeni sakho, ngakupha indlu yakwa-Israyeli neyakwaJuda; uma lokho bekukuncane, ngangiyakukwenezela lokhu nalokho.


kuyinto encane yini ukuthi wasikhuphula ezweni elivame ubisi nezinyosi ukuba usibulale ehlane; usuyazenza nesikhulu phezu kwethu na?


kuyinto encane yini kini ukuthi uNkulunkulu ka-Israyeli unahlukanisile nenhlangano ka-Israyeli, wanisondeza kuye ukwenza inkonzo yetabernakele* likaJehova nokuma phambi kwenhlangano ukuyikhonza,


Kuncane kini yini ukuklaba edlelweni elihle nize ninyathele ngezinyawo zenu okuseleyo kwedlelo lenu, nokuphuza amanzi acwebileyo nize nidunge aseleyo ngezinyawo zenu na?


Yathi: “Qha, ngifikile njengesikhulu sebandla likaJehova.” UJoshuwa wayesewa ngobuso emhlabathini, wakhuleka, wathi kuyo: “Ithini inkosi yami encekwini yayo na?”


Lokhu kulula emehlweni kaJehova; uyakunikela abakwaMowabi esandleni senu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite