Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 6:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UMikhali indodakazi kaSawule akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 UMikhali, indodakazi kaSawule, akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngakho uMikhali indodakazi kaSawule wayengenamntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 6:23
9 Referans Kwoze  

akaze aya kuye, waze wazibula ngendodana; wayiqamba igama lokuthi uJesu.


“Yenze njalo iNkosi kimi emihleni eyangibheka ngayo ukususa ihlazo lami phakathi kwabantu.”


Udumo luka-Efrayimi luyakundiza, lumuke njengenyoni, kungabikho ukuzala, nonesisu, nokukhulelwa.


Kepha uJehova Sebawoti wazibonakalisa ezindlebeni zami, wathi: “Impela lesi sono asiyikuhlangulwa kini nize nife,” isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Ngalolo suku abesifazane abayisikhombisa bayakubamba indoda inye, bathi: “Siyakudla isinkwa sethu, sembathe izingubo zethu. Masibizwe kuphela ngegama lakho, ususe ihlazo lethu.”


USamuweli akaphindanga ukumbona uSawule waze wafa, kepha uSamuweli wamkhalela uSawule; uJehova wazisola ukuthi wayembekile uSawule inkosi phezu kuka-Israyeli.


Ngiyakudeleleka kakhulu kunalokho, ngithotshiswe nasemehlweni ami, kodwa izincekukazi okhulume ngazo ngiyakudunyiswa yizo.”


Kwathi lapho inkosi ihlala endlini yayo, uJehova eseyiphumuzile ezitheni zayo zonke, nxazonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite