Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 UDavide wenze njalo njengalokho uJehova emyalile, wachitha amaFilisti kusukela eGeba kuze kufike eGezeri.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 UDavide wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile, wawabhubhisa amaFilisti kusukela eGebha kuze kuyofika eGezeri.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:25
9 Referans Kwoze  

UDavide wenza njengokumyala kukaNkulunkulu, bachitha impi yamaFilisti kusukela eGibeyoni kuze kube seGezeri.


Ngokuba uJehova uyakusukuma njengasentabeni yasePherasimi, athukuthele njengasesigodini saseGibeyoni, ukuze enze umsebenzi wakhe, umsebenzi wakhe ongavamile, afeze isenzo sakhe, isenzo sakhe esimangalisayo.


Kodwa abawaxoshanga amaKhanani ahlala eGezeri, kepha amaKhanani ahlala phakathi kuka-Efrayimi kuze kube namuhla, aba yizinceku zokusebenza.


inkosi yase-Egiloni: inye; inkosi yaseGezeri: inye;


Bayinika iShekemi namadlelo alo ezintabeni zakwa-Efrayimi, umuzi wokuphephela wombulali, neGezeri namadlelo alo,


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, benze njalo; njengalokho uJehova ebayalile oMose no-Aroni, benze njalo-ke.


Khona kwakhuphuka uHoramu inkosi yaseGezeri ukuba asize iLakishi; kepha uJoshuwa wambulala nabantu bakhe, akaze amshiyela noyedwa owasalayo.


neKefari Amoni, ne-Ofini, neGeba, imizi iyishumi nambili nemizana yayo;


Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, wathatha itomu lomzimkhulu esandleni samaFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite