Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ashiya izithombe zawo lapho; uDavide nabantu bakhe bahamba nazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 AmaFilisti ashiya izithombe zawo lapho; uDavide nabantu bakhe bazithatha, bahamba nazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ashiya izithombe zawo lapho, uDavide nabantu bakhe bazishisa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:21
9 Referans Kwoze  

Niyakubaphatha kanje: niyakudiliza ama-altare abo, niphohloze izinsika zabo, ninqume o-Ashera* babo, nishise ngomlilo izithombe zabo ezibaziweyo.


Ngiyakuphemba umlilo uyakuzishisa, athumbe onkulunkulu, embathe izwe laseGibithe njengomalusi embatha ingubo yakhe, aphume eGibithe ngokuthula.


alahlile onkulunkulu bawo emlilweni, ngokuba babengesibo onkulunkulu, babe ngumsebenzi wezandla zomuntu kuphela, umuthi namatshe; ngalokho abachithile.


Izithombe ezibaziweyo zawonkulunkulu bazo niyakuzishisa ngomlilo; awuyikufisa isiliva noma igolide elikuzo, ungazithatheli lona, funa ucushwe ngalo, ngokuba kuyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho;


Ngokuba ngenxa yokwethemba kwakho imisebenzi yakho nengcebo yakho nawe uyakubanjwa, uKemoshi aye ekuthunjweni, abapristi bakhe nezikhulu zakhe kanyekanye.


Nawonkulunkulu babo kanye nezithombe zabo ezibunjiweyo nezitsha zabo ezinxanelekayo zesiliva nezegolide uyakukuthumba, akuyise eGibithe, ayiyeke inkosi yasenyakatho iminyaka ethile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite