Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, njengalokho konke eyakwenza inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Bonke abantu bakubona lokho, kwaba kuhle emehlweni abo, konke eyakwenzayo inkosi kwathandeka kubo bonke abantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, ngokuba konke ekwenzayo inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:36
7 Referans Kwoze  

Bamangala nokumangala, bathi: “Wenze kahle konke; nezithulu uzenza zizwe, nezimungulu zikhulume.”


Abantwana babantu bangumoya nje, abantwana bezikhulu bangamanga; esilinganisweni bayakhuphuka, balula kunomoya bonke.


Wenze njalo u-Abisalomu kubo bonke abakwa-Israyeli abeza enkosini ngamacala; u-Abisalomu weba izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.


Kwafika umbiki kuDavide, wathi: “Izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli zilandela u-Abisalomu.”


Bonke abantu bafika ukuba bamdlise uDavide isinkwa kusesemini; kepha uDavide wafunga wathi: “Makenze njalo kimi uNkulunkulu, enezele futhi, uma ngidla isinkwa noma okunye lingakashoni ilanga.”


Base beqonda bonke abantu naye wonke u-Israyeli ngalolo suku ukuthi kwakungesikho okwenkosi ukubulala u-Abineri indodana kaNeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite