Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 U-Abineri waba nezwi namalunga akwa-Israyeli, ethi: “Ngezikhathi ezidlulileyo nafuna uDavide abe yinkosi phezu kwenu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 U-Abhineri wakhuluma namalunga akwa-Israyeli, wathi: “Ngesikhathi esidlulileyo benifuna ukuba uDavide abe yinkosi yenu, anibuse.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 U-Abineri wakhuluma kumalunga akwa-Israyeli, wathi: “Benimfuna uDavide ukuba abe yinkosi phezu kwenu;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:17
5 Referans Kwoze  

Kwabuthana onke amalunga akwa-Israyeli, aya kuSamuweli eRama;


kwenzeni lokho manje, ngokuba uJehova ukhulumile ngoDavide ukuthi: ‘Ngesandla senceku yami uDavide ngiyakusindisa abantu bami u-Israyeli esandleni samaFilisti nasesandleni sazo zonke izitha zabo.’ ”


Manje bheka, ngiyazi ukuthi uyakuba yinkosi impela, nombuso wakwa-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


Yilaba abayizinhloko zamaqhawe uDavide ayenazo, zibambelela kuye ngamandla ebukhosini bakhe kanye naye wonke u-Israyeli ukumbeka inkosi njengezwi likaJehova ngo-Israyeli.


kepha uNkulunkulu ungumahluleli; omunye uyamehlisa, omunye amphakamise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite