Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 24:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 base befika kwaGileyadi nasezweni laseTahetimi Hodishi; bafika naseDani Jahani nangaseSidoni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Bafika kwaGileyadi, naseThahethimi Hodeshi, bedlulela kwaDani Jahani. Basuka lapho baya naseSidoni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bafika kwaGileyadi nasezweni laseThatimihodi; bafika eDanjan, bazungeza ngaseSidoni.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 24:6
10 Referans Kwoze  

ne-Ebironi, neRehobi, neHamoni, neKhana, neSidoni Elikhulu;


U-Asheri akaxoshanga abakhe e-Ako, nabakhe eSidoni, nase-Ahlabi, nase-Akizibi, naseHelba, nase-Afiki, naseRehobe;


Umkhawulo wabantwana bakwaDani waphuma kuwo; kepha abantwana bakwaDani bakhuphuka balwa neLeshemu, balithatha, balichitha ngosiko lwenkemba, balidla, bakha kulo, baliqamba iLeshemu ngokuthi iDani ngegama likaDani uyise.


UJehova wabanikela esandleni sakwa-Israyeli, babanqoba, babaxosha kwaze kwaba seSidoni Elikhulu, naseMisirefoti Mayimi, nasesigodini saseMispa ngasempumalanga, bababulala, abaze bamshiyela noyedwa owasalayo.


Abantwana bakwaMakiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, baxosha ama-Amori ayekulo.


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenemfuyo eningi, nalapho belibona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi ukuthi leyo ndawo iyindawo yezinkomo,


Wayesebaleka nakho konke anakho; wasuka, wawela umfula, waqonda ngasentabeni yakwaGileyadi.


UKhanani wazala uSidoni, izibulo lakhe, noHeti,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite