2 Samuweli 23:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 Emva kwakhe kwakunguShama indodana ka-Age umHarari. AmaFilisti ayebuthene eLehi, lapho kwakukhona isiqephu sezwe esigcwele imbumba; abantu babaleka ebusweni bamaFilisti. Gade chapit laIsiZulu 202011 Wayelandelwa nguShema, indodana ka-Age, umHarori. AmaFilisti ayebuthene eLehi, kukhona isiqinti sezwe lapho, sigcwele imbumba. AmaFilisti abaxosha abantu, babaleka phambi kwawo, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202411 Emva kwakhe kwakunguShama indodana ka-Age umHarari. AmaFilisti abuthana njengeviyo, lapho isiqephu sezwe sasigcwele udali; abantu babaleka phambi kwamaFilisti. Gade chapit la |