Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Izintambo zasendaweni yabafileyo zangizungeza, izihibe zokufa zangehlela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Izintambo zendawo yabafileyo zangizungeza, izihibe zokufa, zangehlela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Izinhlupheko zesihogo zangizungeza; izingibe zokufa zangivimbezela;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:6
10 Referans Kwoze  

Izintambo zokufa zangizungeza, nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.


lowo uNkulunkulu wamvusa ethukulula iminjunju yokufa, lokhu kwakungenakwenzeka ukuba abanjwe yikho.


wathi: “Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuJehova, wangiphendula; ngisesiswini sendawo yabafileyo ngamemeza, wezwa izwi lami.


Ukumesaba uJehova kungumthombo wokuphila, ukuze kudedwe ezingibeni zokufa.


Ukufundisa kohlakaniphileyo kungumthombo wokuphila, ukuze kudedwe ezihibeni zokufa.


Omubi uyakubanjwa ngububi bakhe, abhajwe ngezintambo zezono zakhe.


Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*


Izintambo zasendaweni yabafileyo zangizungeza, izihibe zokufa zangehlela.


Uma beboshwa ngamaketanga, babanjwe ngezintambo zokuhlupheka,


“Kepha nxa nibona iJerusalema lihaqiwe yizimpi, yazini ukuthi sekusondele ukuchithwa kwalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite