Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Ngoba ungibhincise amandla okulwa; abangivukele wehlisele phansi kwami.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:40
11 Referans Kwoze  

Ngawe sizakulahla phansi izitha zethu; ngegama lakho sizakunyathela abasivukelayo.


niqiniswe nokuqiniswa konke ngokwamandla enkazimulo yakhe, kuze kube ngukubekezela konke nokubheka kade ngokujabula;


Amadodana abakucindezelayo ayakufika kuwe efolile, nabo bonke abakudelelayo bayakukhothama ngasematheni ezinyawo zakho, bakubize ngokuthi uMuzi kaJehova neSiyoni loNgcwele ka-Israyeli.


Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.


Ahlabelela igama elisha, athi: “Ufanele wena ukuyithabatha incwadi nokuvula izimpawu zayo, ngokuba wahlatshwa, wabathengela uNkulunkulu ngegazi lakho abavela kuyo yonke imindeni, nezilimi, nabantu, nezizwe,


Mina nginguJehova, akakho omunye; ngaphandle kwami akakho uNkulunkulu; ngiyakubhincisa ungakangazi,


umusa wami nenqaba yami, umbhoshongo wami ophakemeyo nomkhululi wami, isihlangu sami, nengiphephela kuye, nothobisa abantu bami phansi kwami.


uNkulunkulu ongibhincisa amandla, owenza indlela yami ilunge;


UDavide nabantu bakhe baya eKeyila, balwa namaFilisti, bathumba izinkomo zawo, bawaceka ngokuceka okukhulu. Wayesebasindisa uDavide abaseKeyila.


Makube kuye njengesambatho asembathayo nebhande* azibopha ngalo isikhathi sonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite