Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho; ubumnene bakho bungikhulisile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho; ukungilalela kwakho, kungikhulise kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 Wanginika isihlangu sensindiso yakho, nobumnene bakho bungikhulisile.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:36
8 Referans Kwoze  

kukho konke nithathe isihlangu sokukholwa eniyakuba namandla okucima ngaso yonke imicibisholo evuthayo yomubi,


UJehova uyakunandisa, nina nabantwana benu.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu uyilanga nesihlangu; uJehova uyakupha umusa nodumo; akayikubenqabela okuhle abahamba ngobuqotho.


Wena unginikile isihlangu sensindiso yakho, isandla sakho sokunene singisekele, nobumnene bakho bungikhulisile.


ngiyakukubusisa nokukubusisa, ngandise nokwandisa inzalo yakho, ibe ngangezinkanyezi zezulu nangangesihlabathi sasogwini lolwandle, inzalo yakho inqobe isango lezitha zayo,


Emva kwalokho kwafika izwi likaJehova ku-Abrama ngombono, lithi: “Ungesabi, Abrama, ngiyisihlangu sakho; umvuzo wakho uyakuba mkhulu kakhulu.”


Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu, wena ube yisibusiso.


namukele futhi isigqoko sensindiso, nenkemba kaMoya eyizwi likaNkulunkulu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite