Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngokuba yonke imithetho yakhe yayiphambi kwami, nezimiso zakhe angizivumanga ukuba zisuke kimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Imithetho yakhe yayiphambi kwami, nezimiso zakhe angichezukanga kuzo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngokuba zonke izimiso zakhe zaziphambi kwami, nezimiso zakhe angisukanga kuzo.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:23
14 Referans Kwoze  

Ezahlulelweni zakho angichezuki, ngokuba wena uyangifundisa.


Ngikhethile indlela yeqiniso; izahlulelo zakho ngizibekile phambi kwami.


Ningabahlobo bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Babelungile bobabili phambi kukaNkulunkulu behamba ngayo yonke imiyalo nezimiso zeNkosi, bengasoleki.


Ngalokho ngiyavuma ukuthi imiyalo yakho yonke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Yonke imiyalo yakho ithembekile; bayangizingela ngamanga; ngisize.


Ngomlomo wami ngimemezele zonke izahlulelo zomlomo wakho.


Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.


Xwaya, funa ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho ngokungagcini imiyalo yakhe, nezahlulelo zakhe, nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla,


“Kuyakuthi ngokuba nilalela lezi zahlulelo, nizigcine, nizenze, uJehova uNkulunkulu wakho uyakugcina isivumelwano nawe nomusa awufungela oyihlo,


inhliziyo yakhe ingaphakami ngaphezu kwabafowabo, angaphambuki emiyalweni, aye ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo, ukuze azandise izinsuku zakhe embusweni wakhe, yena nabantwana bakhe phakathi kuka-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite