Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 22:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wangophula esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba base bengahlulile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo abangizondayo, ngokuba babenamandla amakhulu kunami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wangisindisa esitheni sami esinamandla nakubo ababengizonda, ngokuba babenamandla kunami.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 22:18
8 Referans Kwoze  

kodwa iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, nabezizwe bonke bezwe; ngase ngikhululwa emlonyeni wengonyama.


owasihlangulisa ekufeni okungaka noyakusihlangulisa, esethemba kuye ukuthi usayakusihlangulisa.


Khona izitha zami ziyakubuyela emuva mhla ngikhalayo; ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu unami.


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


UDavide wakhuluma kuJehova amazwi aleli hubo mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule,


Waselula isandla sakhe ephezulu, wangibamba; wangikhipha emanzini amaningi.


Bangihlasela ngosuku lwesigemegeme sami, kepha uJehova waba yinsika yami.


Onke amathambo ami azakuthi: “Jehova, ngubani onjengawe, wena okhulula ohluphekayo, yebo, ohluphekayo nompofu komphangayo, na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite