Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 21:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kwathi emva kwalokho kwabuye kwavuka impi namaFilisti eGobi; khona uSibekayi umHushati wabulala uSafi owayengowamadodana amaRefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Emveni kokuba sekwenzekile lokho, kwaba khona ukulwa namaFilisti eGobhi. Lapho uSibhekhayi, umHushathi, wabulala uSafi, omunye wamadodana amaRefa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Emva kwalokho kwaba nenye impi namaFilisti eGobi;

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 21:18
6 Referans Kwoze  

noSibekayi umHushati, no-Ilayi umAhohi,


Kwabuye kwaba khona impi eGati, lapho kwakukhona umuntu omude owayeneminwe eyisithupha esandleni nezinzwani eziyisthupha onyaweni, kungamashumi amabili nane kukonke; naye wazalwa yiRefa.


Eyesishiyagalombili ngenyanga yesishiyagalombili kwakunguSibekayi umHushati kumaZera; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


U-Ishibi Benobi wabantwana bamaRefa osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli* angamakhulu amathathu ethusi, ebhince inkemba entsha, wathi uyakumbulala uDavide.


Labo bobane bazalwa ngamaRefa eGati; bawa ngesandla sikaDavide nangesandla sezinceku zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite