Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 20:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Besesetsheni elikhulu eliseGibeyoni, u-Amasa wafika ukubahlangabeza. UJowabe wayebhince isambatho sakhe sokulwa ayelokhu esigqoka; kusona lalikhona ibhande* elinenkemba emgodleni wayo elaligaxwe okhalweni lwakhe; yawa esehamba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kwathi sebeseduze netshe elikhulu eliseGibheyoni, u-Amasa weza ukuzobahlangabeza. UJowabe wayegqoke isembatho sakhe sempi, ayehlale esigqoka. Kuboshelwe kuso ibhande elinenkemba emgodleni wayo, elibhince okhalo. Ngesikhathi eza phambili, inkemba yawa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lapho besetsheni elikhulu eliseGibeyoni, u-Amasa waphuma phambi kwabo. Wayebhincile ingubo kaJowabe abeyigqokile, kukhona ibhande elinenkemba eboshelwe okhalweni lwakhe esigxotsheni sakhe; kwathi esephuma, yawa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 20:8
5 Referans Kwoze  

OJowabe no-Abishayi umfowabo base bembulele u-Abineri, ngokuba wayebulele umfowabo u-Asaheli eGibeyoni empini.


UJowabe indodana kaSeruya nezinceku zikaDavide baphuma bahlangana ngasechibini laseGibeyoni; bahlala phansi, abanye ngalapha kwechibi, abanye ngalapho kwechibi.


Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela noqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizinkumbi nezinyosi zasendle.


U-Ehudi wazenzela inkemba ebukhali izinsiko zombili, ubude bayo buyingalo, wayibhinca phansi kwengubo yakhe ethangeni lokunene.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite