Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 20:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wayesehamba u-Amasa ukubutha uJuda, kepha walibala phezu kwesikhathi asinqunyelweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 U-Amasa wahamba wamqoqa uJuda, kodwa wathatha isikhathi eside kunaleso ayesinqunyelwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Amasa wayesehamba ukubutha abantu bakwaJuda, kepha wahlala isikhathi eside kunesikhathi ammisele sona.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 20:5
4 Referans Kwoze  

Yishoni ku-Amasa ukuthi: ‘Angithi uyithambo lami nenyama yami na? Makenze njalo kimi uNkulunkulu, enezele futhi, uma ungayikuba yinduna yempi ngaphambi kwami njalo esikhundleni sikaJowabe.’ ”


Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esimisiwe nguSamuweli, kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu bahlakazeka kuye.


Wayesethi uDavide ku-Abishayi: “Manje uSheba indodana kaBikri uyakwenza okubi kakhulu kithi kuno-Abisalomu; thatha wena izinceku zenkosi yakho, umxoshe, funa azitholele imizi ebiyelweyo, asiphunyuke.”


Kwathi ekuseni uJonathani waphuma, waya endle ngesikhathi abasimisile noDavide, umfana omncane enaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite