Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 20:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJowabe waphendula wathi: “Makube kude, makube kude nami ukuba ngigwinye noma ngichithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 UJowabe waphendula, wathi: “Makungenzeki, angingabi naso nesifiso sokuba ngidle noma ngibhubhise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJowabe waphendula wathi: “Kukude, kukude nami ukuba ngidle noma ngichithe.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 20:20
9 Referans Kwoze  

Kepha sona sithanda ukuzithetha sathi kuJesu: “Umakhelwane wami ngubani na?”


Inhliziyo iyakhohlisa ngaphezu kwakho konke, futhi imbi; ngubani ongayazi na?


Ofihla iziphambeko zakhe akayikuphumelela, kepha ozivumayo azishiye uyakuthola umusa.


Kepha nguye owayegcwalisa izindlu zabo ngokuhle. Amasu ababi akude nami.


Bhekani, inhlanhla yabo ayisesandleni sabo; icebo lababi malibe kude nami.


Wathi: “Makube kude nami, Jehova, ukuba ngenze lokhu; kuyigazi lalabo bantu ababesuka besengozini.” Akavumanga ukuwaphuza. Lezo zinto zenziwa yilawa maqhawe amathathu.


Kodwa u-Amasa akayinakanga inkemba eyayisesandleni sikaJowabe; wamgwaza ngayo esiswini, wachithela izibilini zakhe emhlabathini; wafa engamphindanga. OJowabe no-Abishayi umfowabo bamxosha uSheba indodana kaBikri.


Mina ngingowokuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; wena ufuna ukuchitha umuzi nonina kwa-Israyeli; uyakuligwinyelani ifa likaJehova na?”


Akunjalo, kepha umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi, nguSheba indodana kaBikri igama lakhe, uphakamisele isandla sakhe ngasenkosini, kuDavide; nginikeni yena kuphela, khona ngiyakusuka emzini.” Wayesethi owesifazane kuJowabe: “Bheka, ikhanda lakhe liyakuphonswa kuwe ngaphandle kogange.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite