Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 20:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwema ngakuye enye yezinsizwa zikaJowabe, yathi: “Omthanda uJowabe nongokaDavide mabamlandele uJowabe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Enye yezinsizwa zikaJowabe yaphuma yama ngaku-Amasa, yathi: “Noma ngubani othanda uJowabe nongokaDavide, makalandele uJowabe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Omunye wamadoda kaJowabe wema ngakuye, wathi: “Obenomusa uJowabe nongakuDavide makalandele uJowabe.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 20:11
6 Referans Kwoze  

Esesusiwe emendweni, abantu bonke badlula bamlandela uJowabe ukuba bamxoshe uSheba indodana kaBikri.


Waphakamisela ubuso bakhe ngasefasiteleni, wathi: “Ubani onami na? Ngubani?” Kwase kulunguza kuye izinduna ezimbili noma ezintathu.


Akunjalo, kepha umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi, nguSheba indodana kaBikri igama lakhe, uphakamisele isandla sakhe ngasenkosini, kuDavide; nginikeni yena kuphela, khona ngiyakusuka emzini.” Wayesethi owesifazane kuJowabe: “Bheka, ikhanda lakhe liyakuphonswa kuwe ngaphandle kogange.”


Yayisithi inkosi ku-Amasa: “Ngibuthele abantu bakwaJuda ngezinsuku ezintathu, ube khona nawe.”


U-Amasa wahuquzela egazini lakhe phakathi nomendo. Lapho lo muntu ebona ukuthi bonke abantu bema, wamgudluza u-Amasa emendweni, wamyisa ensimini, waphonsa ingubo phezu kwakhe, lapho ebona ukuthi bonke abadlula ngakuye bema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite