Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 2:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kepha oJowabe no-Abishayi bamxosha u-Abineri; ilanga lashona befike ngasegqumeni lase-Ama elingaphambi kweGiya ngasendleleni yasehlane laseGibeyoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 U-Jowabe no-Abhishayi bamhubha u-Abhineri. Bafinyelela entabeni i-Ama, eyayimaqondana neGiya, ngendlela ebheke ehlane iGibheyoni, lapho ilanga seliyozilahla kunina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 OJowabe no-Abishayi nabo bamxosha u-Abineri, lashona ilanga befika entabeni yase-Ama engaphambi kweGiya endleleni eya ehlane laseGibeyoni.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 2:24
3 Referans Kwoze  

Wala nokho ukuchezuka; ngalokho u-Abineri wamgwaza esiswini ngesidunu somkhonto, waze waphuma emuva umkhonto; wawela khona, wafela khona lapho; kwathi bonke abafika endaweni u-Asaheli awele kuyo wafa, bema.


Abantwana bakwaBenjamini babuthana emva kuka-Abineri, baba yiviyo linye, bema esiqongweni segquma elithile.


Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, wathatha itomu lomzimkhulu esandleni samaFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite