Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 2:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwakuyimpi enzima ngalolo suku; u-Abineri wahlulwa kanye nabantu bakwa-Israyeli phambi kwezinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Impi yayinzima kakhulu ngalolo lusuku; u-Abhineri namadoda akwa-Israyeli behlulwa yizinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Futhi kwaba khona impi enzima kakhulu ngalolo suku; u-Abineri namadoda akwa-Israyeli babulawa phambi kwezinceku zikaDavide.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 2:17
4 Referans Kwoze  

Kwakukhona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide; uDavide waqhubeka ngokuqina njalo, kepha indlu kaSawule yaqhubeka ngokuncipha njalo.


U-Abineri wathi kuJowabe: “Ake zisuke izinsizwa, ziqakulizane phambi kwethu.” UJowabe wathi: “Mazisuke.”


Zabambana ngekhanda, zagwaza ngenkemba ohlangothini lwezimelene nazo, zawa kanyekanye; ngalokho leyo ndawo yabizwa ngokuthi iHelikati Hasurimi eliseGibeyoni.


Ukuqala kokuxabana kunjengokuvula amanzi; ngalokho yeka inkani, ingakashisi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite