Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Yayisiwela inkosi, yaya eGiligali, noKhimihamu wawela nayo; bonke abantu bakwaJuda bayiwelisa inkosi kanye nengxenye yabakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Inkosi yasiwela, yaya eGiligali, loKimihamu wahamba layo; bonke abantu bakwaJuda bahola inkosi, nenxenye yabantu bakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:40
6 Referans Kwoze  

Izixuku ezazihamba phambili nezazimlandela zamemeza zathi: “Hosiyana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi. Hosiyana kweliphezulu!”


Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nozime lokubusa phakathi kwezinyawo zakhe, aze afike yena olufanele lona; nezizwe ziyakumlalela.


Bonke abantu babephikisana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bethi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasikhulula esandleni samaFilisti; manje isibalekile ezweni, imbalekele u-Abisalomu.


U-Abisalomu esamgcoba ukuba abe phezu kwethu usefile empini. Manje nithuleleni, ningayibuyisi inkosi na?”


Mayibuyele emuva inceku yakho ukuba ngifele emzini wami ngasethuneni likababa nelikamame. Kepha bheka, inceku yakho uKimihamu mayiwele nenkosi yami, inkosi, wenze kuyo okuhle emehlweni akho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite