Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kwathi esefike eJerusalema ukuyihlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: “Awuhambanga ngani nami, Mefibosheti, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kwathi esefike eJerusalema ukuzohlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: “Awuhambanga ngani nami, Mefibhoshethi?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwathi esefikile eJerusalema ukuhlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: Kungani ungahambanga lami, Mefiboshethi?

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:25
3 Referans Kwoze  

U-Abisalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukuthembeka kwakho kumngane wakho na? Awuhambanga ngani nomngane wakho na?”


UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.


UMefibosheti indodana kaJonathani kaSawule wafika kuDavide, wawa ngobuso, wakhuleka. UDavide wathi: “Mefibosheti.” Wathi: “Nansi inceku yakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite