Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abantu bakwa-Israyeli banqotshwa lapho phambi kwezinceku zikaDavide, kwakukhona ukubulalana okukhulu ngalolo suku, abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Abantu bakwa-Israyeli behlulwa yizinceku zikaDavide. Kwabulawa abantu abaningi kakhulu ngalolo lusuku; abayizi-20 000.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho abantu bakwa-Israyeli babulawa phambi kwezinceku zikaDavide, kwaba khona ukubulawa okukhulu kwamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili ngalolo suku.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:7
12 Referans Kwoze  

Ndodana yami, yesaba uJehova nenkosi, ungahlangani nabahlubukayo.


Impela omubi akayekwa, kepha inzalo yabalungileyo iyakhululwa.


Ngokuba uPheka indodana kaRemaliya wabulala kwaJuda izinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili ngalusuku lunye, bonke bengamadoda anamandla, ngokuba bebeshiyile uJehova uNkulunkulu wawoyise.


Wenze njalo u-Abisalomu kubo bonke abakwa-Israyeli abeza enkosini ngamacala; u-Abisalomu weba izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli.


Kepha izinceku zikaDavide zazibulele abakwaBenjamini nabaka-Abineri, kwafa abantu abangamakhulu amathathu namashumi ayisithupha.


U-Abineri wayesememeza kuJowabe, wathi: “Inkemba iyakudla njalonjalo na? Awazi yini ukuthi kuyakuba khona umunyu ekugcineni na? Koze kube nini ungabayali abantu ukuba babuye ekubalandeleni abafowabo na?”


Kwakuyimpi enzima ngalolo suku; u-Abineri wahlulwa kanye nabantu bakwa-Israyeli phambi kwezinceku zikaDavide.


Base bephumela endle ukulwa no-Israyeli, kwaliwa ehlathini lakwa-Efrayimi.


Ngokuba impi yahlakazeka khona ezweni lonke, ihlathi laqeda abantu abaningi ngalolo suku kunabadliwa yinkemba.


Nguye onika amakhosi insindiso, okhulula inceku yakhe uDavide enkembeni elimazayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite