Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha abantu bathi: “Awuyikuphuma, ngokuba uma sibaleka, abayikusinakekela; noma kufa inxenye yethu, abayikusikhathalela, kepha wena unjengezinkulungwane eziyishumi zethu; ngalokho kuhle ukuba usisize usemzini.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kepha abantu bathi: “Ngeke uphume nathi, ngokuba uma sibaleka abayukusilandela kangako, noma kungafa ingxenye yethu, abayukuyikhathalela. Kodwa wena ufana nezinkulungwane ezilishumi zethu kubo, ngakho-ke kungcono usisize usemzini.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kodwa abantu baphendula bathi: Ungaphumi, ngoba uba sibaleka, kabayikusinakekela; futhi uma kufa ingxenye yethu, bayosinakekela; kepha manje nilingana nezinkulungwane eziyishumi zethu; ngakho-ke kungcono manje ukuthi usikhiphe emzini.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:3
8 Referans Kwoze  

Kepha u-Abishayi indodana kaSeruya wamsiza, wamshaya umFilisti wambulala. Base befunga kuye abantu bakaDavide, bathi: “Awusayikuphuma impi nathi, funa ucime isibani sakwa-Israyeli.”


“Vuka, nkemba, uvukele umalusi wami, uvukele umuntu ongumngane wami,” usho uJehova Sebawoti. “Shaya umalusi, zize zihlakazeke izimvu, bese ngiphendulela abancane isandla sami.


Umoya wamakhala ethu, ogcotshiweyo kaJehova, wabanjwa emigodini yabo, esathi ngaye: “Phansi kwethunzi lakhe siyakuphila phakathi kwezizwe.”


Kepha inkosi yase-Aramu ibiyalile izinduna ezingamashumi amathathu nambili zezinqola zayo ngokuthi: “Ningalwi namuntu, omncane noma omkhulu, kuphela nenkosi yakwa-Israyeli yodwa.”


ngimfikele ekhathele, eyethile, ngimesabise; bonke abantu abanye bayakubaleka, ngibulale inkosi kuphela,


Wathi: “Uma ama-Aramu engahlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni bekwahlula, ngiyakufika ngikusize.


Abesifazane bavumelana ngokudlala, bathi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, kepha uDavide izinkulungwane zakhe eziyishumi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite