Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 ngibuyisele kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; bonke abantu bayakuba nokuthula.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngiyakubabuyisa kuwe bonke abantu. Uma ubulala oyedwa nje lo omfunayo, bonke abantu bayakuba nokuthula.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngiyakubabuyisela kuwe bonke abantu; umuntu omfunayo unjengokungathi bonke babuyile; ngakho bonke abantu bazakuba nokuthula.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:3
6 Referans Kwoze  

Nxa bethi: “Ngukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyabazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo, abasoze baphunyuka.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uNkulunkulu wami.


“Akukho ukuthula kwababi,” usho uJehova.


U-Abineri wayesethi kuDavide: “Ngiyakusuka ngihambe ngiqoqele wonke u-Israyeli enkosini yami, inkosi, ukuba benze isivumelwano nawe nokuba ubuse phezu kwakho konke ekufisayo inhliziyo yakho.” UDavide wammukisa u-Abineri, wahamba ngokuthula.


Leli zwi lamjabulisa u-Abisalomu nawo onke amalunga akwa-Israyeli.


Bapholisa kalula ukulimala kwabantu bami, bathi: ‘Ngukuthula, ngukuthula,’ kepha akukho ukuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite