Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha umfana wababona, wamtshela u-Abisalomu; base beshesha, bahamba bobabili, bafika endlini yomuntu waseBahurimi owayenomthombo egcekeni lakhe; behlela khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Kepha mfana mumbe wababona, wayeseyobotha ku-Absalomu, base beshesha, bahamba bobabili, bafika endlini yomuntu waseBhahurimi owayenomthombo egcekeni lakhe; behlela khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kepha umfana wababona, watshela u-Abisalomu; kepha bashesha bobabili, bafika endlini yomuntu eBahurimi, owayenomthombo egcekeni lakhe; lapho behla khona.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:18
3 Referans Kwoze  

Indoda yakhe yahamba naye, ikhala isahamba, yamlandela kwaze kwaba seBahurimi. U-Abineri wayesethi kuyo: “Buya.” Yabuya-ke.


Kwathi lapho inkosi uDavide ifika eBahurimi, bheka, kwaphuma khona umuntu womndeni wendlu kaSawule ogama lakhe linguShimeyi indodana kaGera; waphuma, wahamba ethuka.


UShimeyi indodana kaGera umBenjamini waseBahurimi washesha wehla nabantu bakwaJuda ukuyihlangabeza inkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite