Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Noma engena emzini, wonke u-Israyeli uyakuyisa amagoda kulowo muzi, siwuhudulele emfuleni, kungabe kusafunyanwa khona netshana elilodwa.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Uma ebalekela emzini, wonke u-Israyeli uyakuphonsa izintambo kulowo muzi, siwuhudulele emfuleni, kungabe kusafunyanwa khona netshe nje elilodwa.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngaphezu kwalokho, uma efike emzini, wonke u-Israyeli kumelwe alethe izindophi kulowo muzi, sizidonsele emfuleni kuze kungatholakali nelilodwa itshe elincane.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:13
3 Referans Kwoze  

Waphendula, wathi kubo: “Anikuboni konke lokhu na? Ngiqinisile ngithi kini: Akuyikushiywa lapha itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.”


“Ngiyakwenza iSamariya libe yizihlephu zasendle nendawo yokutshala izivini, ngiqulele amatshe alo esigodini, ngambule isisekelo salo.


U-Abisalomu nabantu bonke bakwa-Israyeli bathi: “Isiluleko sikaHushayi umArki singcono kunesiluleko sika-Ahithofeli.” Ngokuba uJehova wayenqumile ukuba kushafiswe isiluleko esihle sika-Ahithofeli, ukuze uJehova amehlisele u-Abisalomu okubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite