2 Samuweli 17:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 naye onesibindi, onhliziyo yakhe injengenhliziyo yengonyama, uyakuphela amandla, ngokuba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe, nabanaye bangamadoda anamandla. Gade chapit laIsiZulu 202010 Ngisho nonesibindi, onenhliziyo enjengeyengonyama, uyophelelwa ngamandla ngenxa yokwesaba, ngokuba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe, nabantu ahamba nabo bangamaqhawe anamandla. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Futhi futhi indoda enesibindi enhliziyo yayo injengenhliziyo yengonyama, iyoncibilika ngokuphelele; ngoba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe nokuthi labo abanaye bangamadoda anamandla. Gade chapit la |