Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 U-Abisalomu nabantu bonke, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 U-Absalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli wayenabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Abisalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enaye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:15
4 Referans Kwoze  

UHushayi, umngane kaDavide, wayesengena emzini; u-Abisalomu wangena eJerusalema.


U-Abisalomu wathuma walanda u-Ahithofeli umGiloni, umluleki kaDavide, emzini wakubo waseGilo, esanikela ngemihlatshelo. Uzungu lwaqina, abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Inkosi nabo bonke abantu ababenayo bafika beyethile; wahlunyelelwa khona.


Kwathi ukuba uDavide adundubale esiqongweni, lapho kukhulekwa khona kuNkulunkulu, bheka, kwamhlangabeza uHushayi umArki, ibhantshi lakhe liklebhukile, enomhlabathi ekhanda lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite