Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Inkosi nabo bonke abantu ababenayo bafika beyethile; wahlunyelelwa khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Inkosi, nabo bonke abantu eyayihamba nabo, bafika eJordani bekhathele; yafike yathi gozololo lapho, yahlumeleleka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Inkosi nabo bonke abantu ababenayo bakhathala futhi baqabuleka lapho.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:14
5 Referans Kwoze  

UDavide nabantu bakhe bahamba ngendlela; uShimeyi wahamba eceleni kwentaba malungana naye, wahamba ethuka, wamphonsa ngamatshe, wamthela ngothuli.


U-Abisalomu nabantu bonke, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enabo.


ngimfikele ekhathele, eyethile, ngimesabise; bonke abantu abanye bayakubaleka, ngibulale inkosi kuphela,


nezinyosi, namangqanga, nezimvu, noshizi* wezinkomo kuDavide nabantu ababe naye ukuba badle, ngokuba bathi: “Abantu balambile, bakhathele, bomile ehlane.”


Kwathi lapho inkosi uDavide ifika eBahurimi, bheka, kwaphuma khona umuntu womndeni wendlu kaSawule ogama lakhe linguShimeyi indodana kaGera; waphuma, wahamba ethuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite