Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UDavide nabantu bakhe bahamba ngendlela; uShimeyi wahamba eceleni kwentaba malungana naye, wahamba ethuka, wamphonsa ngamatshe, wamthela ngothuli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UDavide nabantu bakhe baqhubeka nendlela; uShimeyi wagudla intaba elinganisene nabo, ehamba ebathuka, ebajikijela ngamatshe, futhi ebathela ngomhlabathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwathi uDavida labantu bakhe besahamba ngendlela, uSimeyi wasuka waya entabeni maqondana laye, ehamba ethuka, emjikijela ngamatshe, emthela ngothuli.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:13
5 Referans Kwoze  

Yayisibiza izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amabutho angamakhulu amabili alungele ukuya eKesariya ngehora lesithathu lasebusuku, kanye nezinkweli ezingamashumi ayisikhombisa, nabemikhonto abangamakhulu amabili,


Kwathi besabangalasa, behlubula izingubo, bethuquza uthuli phezulu,


Mhlawumbe uJehova uyakubheka usizi lwami, angibuyisele okuhle ngokungithuka namuhla.”


Inkosi nabo bonke abantu ababenayo bafika beyethile; wahlunyelelwa khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite