Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 14:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wayesethi ezincekwini zakhe: “Bhekani, insimu kaJowabe iseduze neyami, unebhali* khona; hambani niyithungele ngomlilo.” Izinceku zika-Abisalomu zayithungela-ke insimu ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Wayesethi ezincekwini zakhe: “Niyabona-ke, insimu kaJowabe iseduze neyami, unebhali khona; hambani niyithungele ngomlilo.” Izinceku zika-Absalomu zayithungela-ke ngomlilo insimu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wayesethi ezincekwini zakhe: “Bhekani, izwe likaJowabe liseduze nelami, unebhali khona; hambani niyokhele ngomlilo. Izinceku zika-Abisalomu zayithungela ngomlilo insimu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 14:30
9 Referans Kwoze  

Wathi: “Mphonseni phansi.” Zamphonsa; igazi lakhe lasaphazeka odongeni nasemahhashini; wamnyathela phansi kwezinyawo zakhe.


USamsoni wathi kubo: “Okwalesi sikhathi anginacala kumaFilisti, uma ngiwenzela okubi.”


U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthume enkosini, kepha akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela ngokwesibili, kepha akavumanga ukuza.


Wayesesuka uJowabe, waya ku-Abisalomu endlini yakhe, wathi kuye: “Izinceku zakho ziyithungeleleni insimu yami ngomlilo na?”


Wayesethi uJowabe: “Anginakulibala kanje nawe.” Wathatha imikhonto emithathu ngesandla sakhe, wambhokoda u-Abisalomu enhliziyweni esezwa, ephakathi kwe-oki.*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite