Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 14:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Nxa ephucula ikhanda lakhe ngokuba wayelokhu eliphucula njalo ngasekupheleni komnyaka, lokhu izinwele zakhe zamsinda; ngalokho waziphucula wazilinganisa izinwele zekhanda lakhe, zalingana namashekeli* angamakhulu amabili ngesisindo senkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Njalo ekupheleni konyaka wayeliphuca ikhanda lakhe lapho izinwele sezimsinda. Lapho ezilinganisa izinwele zakhe, zaziba ngamashekeli angama-200 ngokwesilinganiso esisemthethweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Lapho ephucula ikhanda lakhe, ngokuba wayeligunda ekupheleni konyaka; ngoba izinwele zazimsinda, walinganisa, walinganisa izinwele zekhanda lakhe, amashekeli angamakhulu amabili ngokwesisindo senkosi.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 14:26
7 Referans Kwoze  

“ ‘Abayikuphucula amakhanda abo, bangavumi izihluthu zabo zibe zide, kepha bayakugunda amakhanda abo.


Imvelo uqobo lwayo ayinifundisi yini ukuthi uma indoda inezinwele ezinde, kuyihlazo kuyo,


U-Abisalomu wasuka wahlangana nezinceku zikaDavide. U-Abisalomu wayekhwele umnyuzi* wakhe, umnyuzi wangena phansi kwehlozi le-oki,* ikhanda lakhe labambelela e-okini, waphakanyiselwa emkhathini wezulu nomhlaba; umnyuzi obuphansi kwakhe wadlula.


Kuyakuthi esikhundleni samakha kube ngukubola, nasesikhundleni sebhande* igoda, nasesikhundleni sezinwele ezilungisiweyo impandla, nasesikhundleni sesidiya isibhamba sendwangu yamasaka, nasesikhundleni sobuhle isishada.


Niyakuba nezilinganiso ezilungileyo, nezisindo ezilungileyo, ne-efa* elilungileyo, nehini* elilungileyo; nginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe.


U-Abrahama wamuzwa u-Efroni; u-Abrahama wamlinganisela u-Efroni isiliva abelishilo ezindlebeni zabantwana bakwaHeti, amashekeli angamakhulu amane esiliva, avunywa ngabathengisi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite