Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 14:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba inkosi iyakuzwa, yophule incekukazi yayo esandleni somuntu oyakungichitha mina nendodana yami efeni likaNkulunkulu.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Inkosi iyokuzwa, iyihlenge incekukazi yayo esandleni somuntu ofuna ukubhubhisa mina nendodana yami efeni, uNkulunkulu asabele lona.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngoba inkosi iyolalela ukuze isindise inceku yayo esandleni somuntu ozongibhubhisa kanye nendodana yami efeni likaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 14:16
6 Referans Kwoze  

Ngalokho mayizwe inkosi yami, inkosi, amazwi enceku yayo. Uma nguJehova okuncokoloza ngami, makamukele umnikelo, kepha uma kungabantwana babantu, mabaqalekiswe phambi kukaJehova, ngokuba bangixoshile namuhla ukuba ngingazihlanganisi nefa likaJehova, bethi: ‘Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.’


Ngokuba isabelo sikaJehova singabantu bakhe; uJakobe uyisiqephu sefa lakhe.


“Ngalokho-ke lokhu ngize ukukhuluma leli zwi enkosini yami, inkosi, kungokuba abantu bengesabisile; incekukazi yakho yayisithi: ‘Mangikhulume enkosini; mhlawumbe inkosi iyakwenza izwi lencekukazi yayo.


Mina ngingowokuthula nothembekileyo kwa-Israyeli; wena ufuna ukuchitha umuzi nonina kwa-Israyeli; uyakuligwinyelani ifa likaJehova na?”


Ngokuba iyakukhulula ompofu ozikhalela kuyo, nohluphekayo ongenamsizi.


Izimpendulo zikaNkulunkulu zisezindebeni zenkosi; umlomo wayo awuyikuphambuka ekwahluleleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite