Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Mina-ke ngingayaphi nehlazo lami na? Nawe uyakuba njengomunye weziwula zakwa-Israyeli. Ngalokho ake ukhulume nenkosi, ngokuba ayiyikunginqabela nawe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Mina-ke ngiyoshona kuphi nalelo hlazo na? Nawe usuyofana neziwula zakwa-Israyeli. Ngakho-ke ake ukhulume nenkosi, ngeke ikwenqabele ukuba ungithathe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Mina-ke, ngingaliyekelaphi ihlazo lami na? futhi wena, uyoba njengesiwula kwa-Israyeli. Khuluma manje enkosini; ngoba kayikungigodla kini.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:13
4 Referans Kwoze  

Bhekani, nansi indodakazi yami, intombi, nesancinza sakhe; ngiyakubakhipha bona manje, nibone, nenze kubo njengokuthanda kwenu; kepha kulo muntu ningenzi ubuwula obunjalo.”


Futhi impela ungudadewethu, indodakazi kababa, kepha akasiyo indodakazi kamame, waba ngumkami.


Bhekani, nginamadodakazi amabili angayazi ndoda; ake nginiphumisele wona, nenze kuwo njengokufanele emehlweni enu; kepha kulawa madoda ningenzi lutho, ngokuba angene emthunzini wophahla lwami.”


bayakuyikhiphela intombi ngasemnyango wendlu kayise, amadoda omuzi ayikhande ngamatshe ize ife, ngokuba yenzile ubuwula kwa-Israyeli, ifeba endlini kayise; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite