Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Intukuthelo kaDavide yavutha kakhulu ngalowo muntu, wathi kuNathani: “Kuphila kukaJehova, umuntu owenze lokho ufanele ukufa;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 UDavide wathukuthela kakhulu ngenxa yalowo muntu, wathi kuNathani: “Ngifunga ngiyagomela kuSimakade, umuntu owenze lokho umelwe wukufa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Intukuthelo kaDavide yamvuthela lowo muntu; wathi kuNathani: Kuphila kukaJehova, umuntu owenze lokho uyakufa nokufa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:5
10 Referans Kwoze  

Ngakho awunakuzilandulela wena muntu, noma ungubani owahlulelayo, ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye uyazilahla wena, ngokuba wena owahlulelayo uyakwenza khona lokho nawe.


Akukuhle okwenzileyo. Kuphila kukaJehova, nimelwe ukufa, ngokuba anilindanga inkosi yenu, ogcotshiweyo kaJehova. Manje bhekani ukuthi umkhonto wenkosi uphi nesigubhu samanzi esasingasekhanda lakhe.”


Kwathi emva kwezinyanga ezintathu uJuda watshelwa ukuthi: “UTamari umalokazana wakho ufebile; bheka, futhi ukhulelwe ngokufeba kwakhe.” UJuda wathi: “Mletheni, ashiswe.”


Kepha waguquka, wabakhuza wathi: “Anazi ukuthi ningabomoya muni.


Ngokuba izinsuku zonke indodana kaJese isekhona emhlabeni awuyikuzinza nombuso wakho. Ngalokho thumela umlethe kimi, ngokuba ungowokufa yena.”


Ngokuba, kuphila kukaJehova osindisa u-Israyeli, nokuba sikuJonathani indodana yami, uyakufa nokufa.” Kepha akwabakho noyedwa owamphendulayo.


“Kwase kufika isihambi endodeni ecebileyo, yayeka ukuthatha ezimvini nasezinkomeni zayo ukusilungisela leso sihambi esasifike kuyo, kepha yathatha ixhukazana lendoda empofu, yalilungisela umuntu owayefike kuyo.”


Inkosi yayisithi kowesifazane: “Yiya endlini yakho; mina ngiyakuyaleza ngawe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite