Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo; isisindo sawo sasiyitalenta* legolide, itshe eliyigugu likuwo; wabekwa ekhanda likaDavide; wakhipha emzini impango eningi kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo; isisindo sawo sasiyithalenta legolide, itshe eliyigugu likuwo; wabekwa ekhanda likaDavide; waphanga impango eningi kakhulu kulowo muzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda lakhe, isisindo sawo sasiyitalenta legolide, namatshe ayigugu, wafakwa ekhanda likaDavide. Wakhipha impango yomuzi ngobuningi obukhulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:30
4 Referans Kwoze  

UDavide wathatha umqhele wenkosi yabo ekhanda layo, wafumana isisindo sawo ukuthi sasiyitalenta* legolide, itshe eliyigugu likuwo; wabekwa ekhanda likaDavide; wakhipha emzini impango eningi kakhulu.


UDavide wayesebutha bonke abantu, waya eRaba, walwa nalo, walithatha.


Ngokuba wayihlangabeza ngezibusiso zokuhle; wafaka umqhele wegolide elihle ekhanda layo.


Lapho wamukele isiliva negolide, yenza umqhele, uwubeke ekhanda likaJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite