Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 11:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Esefikile kuye u-Uriya, uDavide wabuza kuye impilo yakhe, nempilo yabantu, nokuthi impi ihamba kanjani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 U-Uriya wafika kuye, uDavide wayesebuza ukuthi unjani uJowabe, nokuthi impi ihamba kanjani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 U-Uriya esefikile kuye, uDavida wambuza ukuthi kwakunjani kuJowabi, lokuthi abantu baqhuba njani, lokuthi impi iphumelele njani.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 11:7
5 Referans Kwoze  

UDavide washiya impahla yakhe esandleni somlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo.


Wayesethi kuye: “Hamba-ke, ubone ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi, uze ungibuyisele izwi.” Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, waze wafika eShekemi.


Wathi kubo: “Usahlezi kahle na?” Bathi: “Uhlezi kahle. Nangu uRaheli indodakazi yakhe; uyeza nezimvu.”


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wamkhothamela, wamanga; babuzana impilo, bangena etendeni.


UDavide wayesethumela kuJowabe ngokuthi: “Thuma kimi u-Uriya umHeti.” UJowabe wamthuma u-Uriya kuDavide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite