Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 11:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwathi uJowabe esahlozinga umuzi, wammisa u-Uriya endaweni lapho azi ukuthi kukhona amadoda anamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngesikhathi uJowabe esewuvimbezela umuzi, wammisa u-Uriya endaweni lapho ayazi ukuthi kunamadoda anamandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lapho uJowabe ebona umuzi, wamqondisa u-Uriya endaweni azi ukuthi kukhona amadoda anesibindi.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 11:16
13 Referans Kwoze  

Kepha uPetru nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


U-Efrayimi ucindezelekile, uchotshoziwe ekwahlulelweni, ngokuba wavuma ukulandela umyalo oyize.


Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izinceku zakhe zimbi.


Wayeseloba incwadi yesibili kubo, ethi: “Uma ninami, nilalela izwi lami, thathani amakhanda alaba bantu, amadodana enkosi yenu, nize kimi eJizreyeli ngalesi sikhathi kusasa.” Amadodana enkosi engabantu abangamashumi ayisikhombisa ayekwabakhulu bomuzi ababewondla.


“Futhi wena uyazi okwenziwayo kimi nguJowabe indodana kaSeruya, nalokho akwenzayo kuzo izinduna ezimbili zezimpi zakwa-Israyeli, o-Abineri indodana kaNeri no-Amasa indodana kaJetheri, owababulala, wachitha igazi lokulwa ngesikhathi sokuthula, wabeka igazi lokulwa kulo ibhande* lakhe elalisokhalweni lwakhe nasezicathulweni zakhe ezazisezinyaweni zakhe.


Ngubani owabulala u-Abimeleki indodana kaJerubesheti na? Angithi owesifazane esogangeni wamphonsa ngembokodwe, wafa eThebesi, na? Nisondeleleni kangako ogangeni na?’ uthi: ‘Inceku yakho u-Uriya umHeti ifile nayo.’ ”


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamchezukisela phakathi kwesango ukuba akhulume naye bebodwa, wamgwaza lapho esiswini waze wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Waloba encwadini ukuthi: “Misani u-Uriya ngaphambili, lapho impi ishisa khona, nihlehle kuye ukuba ashaywe, afe.”


Abantu bomuzi baphuma balwa noJowabe; kwawa abantu abathile ezincekwini zikaDavide; wafa naye u-Uriya umHeti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite