Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 11:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Esebiziwe nguDavide wadla waphuza phambi kwakhe; wamdakisa; kusihlwa waphuma ukuyolala embhedeni wakhe kanye nezinceku zenkosi, kepha akehlelanga endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UDavide wambiza futhi, wadla phambi kwakhe, waphuza waze wadakwa, waphuma ebusuku wayolala embhedeni wakhe kanye nezinceku zenkosi, akazange ehlele endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UDavide wambiza, wadla, waphuza phambi kwakhe; wadakwa, kwathi kusihlwa waphuma ukuba alale embhedeni wakhe nezinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 11:13
7 Referans Kwoze  

“Wo komphuzisa umngane wakhe, axube nokufutheka, amdakise, ukuze abuke ubunqunu bakhe!


Iwayini liyisideleli, uphuzo olunamandla lungumxokozeli; bonke abaduka ngalo abahlakaniphile.


UMose wathi ku-Aroni: “Benzeni kuwe laba bantu ukuba ubehlisele isono esingaka na?”


Kepha u-Uriya walala ngasemnyango wendlu yenkosi kanye nazo zonke izinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe.


U-Abisalomu wayesethi: “Uma kunjalo, makahambe nathi umfowethu u-Amnoni.” Inkosi yathi: “Uyakuhambelani nawe na?”


Ngubani othi: “Maye!” Ngubani othi: “Wo!” Ngubani oxabanayo? Ngubani okhalayo, ngubani onezilonda ngeze, na? Ngubani onamehlo aklwelayo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite