Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 1:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Insizwa eyamtshelayo yathi: “Ngithe ngisentabeni yaseGilibowa, bheka, uSawule wencika emkhontweni, kwamjonga kakhulu izinqola nabamahhashi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Insizwa eyambikelayo yathi: “Ngithe ngisentabeni iGilibhowa, ngaleso sikhathi uSawule wancika emkhontweni, ngokuba izinqola nabamahhashi babemxine kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ijaha elamtshela lathi: “Ngathi ngifika entabeni yaseGilibowa, bheka, uSawule wayeme ngomkhonto wakhe; bheka, izinqola nabamahhashi bamxosha kanzima.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 1:6
9 Referans Kwoze  

AmaFilisti abuthana afika, amisa eShunemi; uSawule wabutha wonke u-Israyeli, wamisa eGilibowa.


Kwaqabuka kwehla umpristi othile ngaleyo ndlela; wathi embona, wamgwemela.


“Nina zintaba zaseGilibowa, makungabikho mazolo namvula phezu kwenu, nokugubha kotwa, ngokuba isihlangu samaqhawe santshingwa, isihlangu sikaSawule, singagcotshwanga ngamafutha.


Anobona, uma yenyuka ngendlela yasemkhawulweni wayo ukuya eBeti Shemeshi, nguye osenzele lobo bubi obukhulu; kepha uma kungenjalo, siyakwazi ukuthi akusiso isandla sakhe esisishayileyo; sehlelwa ingozi nje.”


Wahamba, waya wakhothoza ensimini emva kwabavuni; kwase kwenzeka ukuba afike esiqeshini sensimu sikaBowazi womndeni ka-Elimeleki.


UDavide wathi kuleyo nsizwa eyamtshelayo: “Wazi kanjani ukuthi oSawule noJonathani indodana yakhe bafile na?”


Lapho ebheka emuva, wangibona, wangibiza. Ngaphendula ngokuthi: ‘Ngilapha.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite