Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 1:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Ngidabukile ngawe mfowethu Jonathani; wawumnandi kakhulu kimi; lwaluyisimangaliso kimi uthando lwakho, ludlula uthando lwabesifazane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 “Ngidabukile ngawe mfowethu, Jonathani; wawuyigugu elikhulu kimi; lwaluyisimangaliso kimi uthando lwakho, ludlula uthando lwabesifazane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngikhathazekile ngawe, mfowethu Jonathani; wawumuhle kakhulu kimi; uthando lwakho kimi lwalumangalisa ngaphezu kothando lwabesifazane.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 1:26
7 Referans Kwoze  

UJonathani waphinda wamfungisa ukumthanda kwakhe, ngokuba wamthanda njengokuba ethanda umphefumulo wakhe.


Kwasuka uJonathani indodana kaSawule, waya kuDavide eHoreshi, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.


Esehambile umfana, uDavide wavuka ngaseningizimu, wawa phansi ngobuso bakhe, wakhothama kathathu; bangana, bakhalelana, waze wakhala kakhulu uDavide.


UJonathani wamtshela uDavide, wathi: “USawule ubaba ufuna ukukubulala; ngalokho ake uxwaye kusasa, uhlale esitha, ucashe;


“Yeka ukuwa kwamaqhawe, nokuphela kwezikhali zokulwa!”


Umuntu wabangane uyazilimaza, kepha kukhona abangane ababambelela kuneselamani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite