Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 1:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 wathi mabafundiswe abantwana bakwaJuda eyoMnsalo; bheka, silotshiwe eNcwadini Yoqotho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wayaleza ukuba iCulo Lomnsalo lifundiswe abakwaJuda; libhalwe eNcwadini kaJashari. Wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 (Futhi wabayala ukuba bafundise abantwana bakwaJuda ukusebenzisa umnsalo; bheka, kulotshiwe encwadini kaJasheri.)

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 1:18
4 Referans Kwoze  

Lase lima ilanga, nenyanga yahlala, abantu baze baziphindisela ezitheni zabo. Akulotshiwe yini lokho eNcwadini Yolungileyo na? Ilanga lema phakathi nomkhathi, alisheshanga ukushona kungathi usuku lonke.


usuku owema ngalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho eHorebe, lapho uJehova wathi kimi: ‘Ngibuthele abantu, ngibezwise amazwi ami ukuba bafunde ukungesaba zonke izinsuku zokuhamba kwabo emhlabeni, bafundise nabantwana babo.’


“Juda, abafowenu bazakukudumisa wena; isandla sakho siyakuba sesijingweni sezitha zakho; amadodana kayihlo ayakukukhothamela.


“Udumo lwakho, Israyeli, lubulewe ezindaweni eziphakemeyo. Yeka ukuwa kwamaqhawe!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite