Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UThikhiku sengamthuma e-Efesu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UThikhiku ngimthume e-Efesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 UThikhiku ngimthumele e-Efesu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UThikhiku ngimthumele e-Efesu.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 4:12
11 Referans Kwoze  

Kepha ukuba nani nazi okuqondene nami nalokhu engikwenzayo, uyakunazisa konke uThikhiku, umzalwane othandekayo nesikhonzi esikholekileyo eNkosini,


Waphelekezelwa nguSophatru kaPhiru waseBereya, nabaseThesalonika o-Aristarku noSekhundu, noGayu waseDerbe, noThimothewu, nabase-Asiya oThikhiku noTrofimu.


Nxa sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, woshesha ukuza kimi eNikopholi; ngokuba nginqumile ukuthi ngizakuhlala lapho ubusika.


Konke okuqondene nami uyakunazisa khona uThikhiku, umzalwane othandekayo nesikhonzi esikholekileyo oyinceku kanye nami eNkosini,


Njengokuba ngakutshela mhla ngiya eMakedoniya ukuthi wohlala e-Efesu, ukuze uyale abathile ngokuthi bangafundisi okwahlukileyo,


“Kalokhu bhekani, ngiyazi ukuthi anisayikubona ubuso bami nina nonke engahamba phakathi kwenu, ngishumayela umbuso.


Wehlela e-Efesu, wabashiya khona; kepha yena wangena esinagogeni,* washumayela kubaJuda.


kepha wavalelisa wathi: “Ngizakubuyela futhi kini, uma uNkulunkulu evuma,” wayesesuka e-Efesu ngomkhumbi;


Kwathi u-Apholo eseKorinte, uPawulu wafika e-Efesu esedabulile amazwe angasenhla, wafumana abafundi abathile,


engamthumela kini ngakho lokho ukuba nazi izindaba zethu, nokuba aduduze izinhliziyo zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite