Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 3:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kepha abasayikuqhubekela phambili; ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengokuba kwaba njalo nobabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kepha abayikuqhubekela phambili, ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengalokhu baba kanjalo nobalawo madoda.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kodwa kabayikuqhubekela phambili, ngoba ubuthutha babo buzakuba sobala kubo bonke, njengoba kwaba njalo obabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kodwa kabayikuqhubekela phambili, ngoba ubuthutha babo buzakuba sobala kubo bonke, njengoba kwaba njalo obabo.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 3:9
14 Referans Kwoze  

NjengoJane noJambre bamelana noMose, kanjalo laba bamelana neqiniso, abantu abonakele ingqondo, abehluleka enkolweni.


Ngokuba yilowo nalowo waphonsa phansi induku yakhe, zaphenduka izinyoka; kepha induku ka-Aroni yagwinya izinduku zabo.


Izanusi zazingenakuma phambi kukaMose ngenxa yamathumba, ngokuba amathumba ayekhona kuzo izanusi nakubo bonke abaseGibithe.


Bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho manje. Uzakuba yimpumputhe, kube yisikhathi ungaliboni ilanga.” Kwase kumfikela khona lapho ukufiphala nobumnyama, wahamba efuna abazakumhola ngesandla.


Baphi manje abaprofethi benu ababeprofetha kini ngokuthi: ‘Inkosi yaseBabele ayiyikunehlela nina naleli zwe,’ na?


Ngokuba ulaka lomuntu luyakukudumisa; insalelo yolaka uyakuyibhinca.


Wathi uMikhaya: “Bheka, uyakukubona ngalolo suku oyakungena ngalo emakamelweni ngamakamelo ukuba ucashe.”


Khona uFaro wabiza izihlakaniphi nabalumbi; izanusi zaseGibithe nazo zenze njalo ngemilingo yazo.


Base begcwala ukuhlanya, bakhuluma bodwa ngokuthi bangamenze njani uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite