Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 2:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umlimi osebenzayo kufanele ukuba kwamukele yena izithelo kuqala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kufanele ukuba umlimi osebenzayo kube nguye othola isabelo sezithelo zokuqala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Umlimi osebenzayo umelwe ukuba ngesabelo kuqala izithelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Umlimi osebenzayo umelwe ukuba ngesabelo kuqala izithelo.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 2:6
14 Referans Kwoze  

Ngokuba nidinga ukubekezela, ukuze seniyenzile intando kaNkulunkulu namukele isithembiso.


Ngikwenza konke ngenxa yevangeli, ukuze nami ngibe ngumhlanganyeli kulona.


Yathi kubo: “Ukuvuna kukhulu, kepha izisebenzi ziyingcosana; ngakho-ke nxusani inkosi yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ekuvuneni kwayo.


“Ngokuba umbuso wezulu ufana nomuntu ongumninindlu owaphuma ekuseni ukuqasha izisebenzi ziye esivinini sakhe.


Olonda umkhiwane uyakudla izithelo zawo, nolinda inkosi yakhe uyakudunyiswa.


Qonda engikushoyo; ngokuba iNkosi iyakukunika ukuqonda ngezinto zonke.


Ngokuba umhlabathi, ophuze imvula efika kaningi phezu kwawo, umilisa imifino ebasizayo abawulinyelwayo, uyabusiswa nguNkulunkulu;


Lowo obamukele amatalenta ayisihlanu wahamba masinyane, wasebenza ngawo, wazuza amanye ayisihlanu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite