Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kaPetru 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngokuba bathanda ukukhohlwa lokhu ukuthi kwaphakade izulu lalikhona kanye nomhlaba owavela emanzini nangawo amanzi, umi ngezwi likaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngokuba benza sengathi kufihlekile kubo ukuthi izulu lalikhona kwasemandulo, kanye nomhlaba owavela emanzini nangawo amanzi, kwadalwa ngezwi likaNkulunkulu,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngokuba lokhu abakwazi ngokuthanda kwabo, ukuthi amazulu ayekhona kwasendulo ngezwi likaNkulunkulu, nomhlaba umi emanzini nasemanzini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba lokhu abakwazi ngokuthanda kwabo, ukuthi amazulu ayekhona kwasendulo ngezwi likaNkulunkulu, nomhlaba umi emanzini nasemanzini.

Gade chapit la Kopi




2 kaPetru 3:5
11 Referans Kwoze  

Ngokukholwa siqonda ukuthi izwe lonke ladatshulwa ngezwi likaNkulunkulu, kuze kuthi okubonwayo akuvelanga kokubonwayo.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo,” kwaba njalo.


Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle, wawumisa phezu kwemifula.


UNkulunkulu wathi: “Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, kwahlukaniswe amanzi namanzi.”


owendlala umhlaba phezu kwamanzi, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Ngezwi likaJehova izulu lenziwa, namabandla onke ngomoya womlomo wakhe.


Nanjengalokho bengakunakanga ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni yokunganaki ukwenza okungafanele,


yona ingaphambi kwakho konke, nezinto zonke zimi ngayo;


Yini ukuba kube yimali esandleni sesiwula ukuthenga ukuhlakanipha, kungekho ukuqonda, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite